JOYOUS CELEBRATION


Abazohamba Lyrics

Shumayel' ivangeli, elizohamba
Ivangeli elizohamba, Ivangeli elizohamba, libheke phambili
(Repeat)

Sithi wowo wowo wo

(Repeat)

Repeat 1 + 2: (women)
Aw'ziph'izintombi, ezizohamba
Ezizohamba, ezizohamba, ezizohamba, zibheke phambili
Akhe sibon'izintombi, ezizohamba,
Ezizohamba, ezizohamba, ezizohamba zibheke phambili
Izintombi zenze nje (wo wo wo)
(Repeat)

3: (men)
Akhe s'bon' izinsizwa, ezizohamba
Ezizohamba, ezizohamba, ezizohamba, zibheke phambili
Aw' ziph'izinsizwa, ezizohamba
Ezinamandla, ezizohamba, Ezinqobile, ezizohamba, zibheke phambili
Izinsizwa zenze nje
Izinsizwa ezinamandla, Ezimnqobil' uSathane, Sezihamba nesibindi

4: (mothers)
Khe s'bon' abo mama, abazohamba
Abo mama abazohamba, Abazohamba noJesu, Abazohamba babheke phambili
Asibonen'abomama, abazohamba
Abazohamba, abazohamba, Abazohamba, abazohamba, Abazohamba, babheke phambili
Abomama benze nje
Abomama abathandazayo, abahlal'edolweni, abangakhulum'izindaba

5: (fathers)
Akhe s'bonen'abobaba, abazohamba
Abanamandla, abazohamba Abanamandla, abazohamba, babheke phambili
Asibon' izandla zabobaba, abazohamba
Abazohamba, abazohamba, Abazohamba, abazohamba, Abazohamba, babheke phambili
Abo baba benze nje
Abobab' abondl'imizi yabo, Abavikel' izingane zabo, Abavikel'amakhosikazi abo
Abobaba bathand' uNkulunkulu, Abamnqobil' uSathane, Abangamesab' uSathane

6: (brothers)
W' baph' abazalwane, abazohamba
Abazohamba, abazohamba, Abazohamba, abazohamba, Babheke phambili
Ibandla likaJesu, abazohamba
Abazohamba, abazohamba, Abazohamba, abazohamba, Babheke phambili
Abazalwane bathi ke bona
Abazalwane, Abamnqobil'uSathane, Abangesabi
Ungasali, Ngob'uyakubon' uSathane, sukuma nawe wenze njena

7: (end)
Simemezel'ukuphila, okuphakade
Okuphakade, okuphakade, Okuphakade, okuphakade
(Repeat)

Correct these lyrics

Watch Joyous Celebration Abazohamba video
Hottest Lyrics with Videos
5653006c91d117127a79127607cce3a9

check amazon for Abazohamba mp3 download
these lyrics are submitted by musixmatch2

Record Label(s): 2012 SME Africa Joyous Celebration Foundation, South Africa
Official lyrics by

Rate Abazohamba by Joyous Celebration (current rating: 10)
1
2
3
4
5
6
7
8
9
10
Meaning to "Abazohamba" song lyrics no entries yet
required
capthca required

Characters count
: min. 50 characters