AYA


Ngithathe Lyrics

Aya – Ngithathe

Ngihlale ngicabangana nawe, nsuku zonke
Awukho umzuzu odlulayo, ukuphumula angik’tholi
Ngisabathe ngiyaziqinisa, kuphela amandla
Meke ngabona wena eduze kwami…
Ngimane ngihluleke ukuzibamba

CHORUS:
Ngithathe ngingowakho
(Ng’zokwenza noma yini oyidingayo)
Ngithathe ngingowakho
(Amaqhinga aphelile ngithathe)
Ngithathe ngingowakho
(Kanti awuzwa yini)
Ngithathe ngingowakho
(oooh wow)
Imizwa yami ijulile njengolwandle
Nginakho konke empilweni, kushoda uthando kuphela
Isombululo salenkinga yami, sthandwa nguwe
Awuliboni ibhasi libhaliwe, ngidinga wena empilweni yami

CHORUS

BRIDGE:
Ngicela ung’thathe ngingowakho angiphiki
(Woza ung’thathe, ngicela ung’thathe)
Ngicela ung’thathe ngingowakho ngivumile
(Woza ung’thathe, ngingowakho oh)

Repeat till finish

Watch Aya Ngithathe video
Hottest Lyrics with Videos
01005454a16a775a7ef420786ade899f

check amazon for Ngithathe mp3 download
these lyrics are submitted by BURKUL4
browse other artists under A:A2A3A4A5A6A7A8A9A10A11A12A13A14

Official lyrics by

Rate Ngithathe by Aya (current rating: 7.25)
12345678910
Meaning to "Ngithathe" song lyrics
captcha
Characters count : / 50