MKHALIPHI

- Ngiyabonga Igazi Lyrics

Baba ngibong' umusa wakho
Nothando olwakho lujulile
Wabon' usizi kimi
Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa
Wabon' usizi kimi
Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa

Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu)
Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha)
Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla)
Ngoba lakhul' umoya wami (Ngiyabonga jehova)
Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu)
Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha)
Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla)
Ngoba laphilis' umoya wami (Ngiyabonga jehova)

Baba ngibong' umusa wakho
Nothando olwakho lujulile
Wabon' usizi kimi
Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa
Wabon' usizi kimi
Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa

Baba ngiyabonga ngomusawakho ongenzele wona
Lachithw' igazi, zahlanzw' izono
Ngikhululiwe

Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu)
Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha)
Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla)
Ngoba lakhul' umoya wami (Ngiyabonga jehova)
Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu)
Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha)
Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla)
Ngoba laphilis' umoya wami (Ngiyabonga jehova)

Facts about Ngiyabonga Igazi

✔️

When was Ngiyabonga Igazi released?


Ngiyabonga Igazi is first released on January 25, 2018.
✔️

Which genre is Ngiyabonga Igazi?


Ngiyabonga Igazi falls under the genre Christian & Gospel.
✔️

How long is the song Ngiyabonga Igazi?


Ngiyabonga Igazi song length is 5 minutes and 18 seconds.
Hottest Lyrics with Videos
24f2d72e651fd2c85625c7d9a66aea82

check amazon for Ngiyabonga Igazi mp3 download
these lyrics are submitted by BURKUL6
Record Label(s): 2018 Independent
Official lyrics by

Rate Ngiyabonga Igazi by Mkhaliphi (current rating: N/A)
12345678910

Meaning to "Ngiyabonga Igazi" song lyrics

captcha
Characters count : / 50
Latest Posts