play youtube video
150 Bars
Big Zulu
150 Bars video

BIG ZULU


150 Bars Lyrics

(Ke Hip Hop Dawg)
Ayi, shun wenkabi
Ay awuthi siyizwe stallion sekonakele

(Ke Hip Hop Dawg)
Asengenile amanzi endlini mfo kaMgule
Ayikho into ezakwenziwa sebebhedile

Ufuseg akabe ufusegi ke manje angeke
Sisabuyela emuva
Ay khaleke konakele ke maje
Ay iNkabi Nation manje ngeke ngibingelele
Senizongithola ngaphakathi ngiginga indoda
Ingalindele

Ibhekane nenkabi ngeke iphume ingalimele
Ithi izo save iHip Hop iy saver njani nayo iy fele

Inkabi ingaphakathi ayibingeleli ayisaqoqothi
Umfan' uyodlala nowabo ushun wenkabi awusatotosi
Ng' khule iy'nsizwa ziboshiwe kulelizinga asisankonkothi
Nina nijwayel' iPiano la kusho iHipHop as'kokodi

Woz' eNkab mawufuna iBeef uzofika itafula lidekiwe
Uhlale wazi may' ngakuhlula uzophuma ingozi sik' gqemile

Uthi sibonela kuwe upheth' iGame, usudakiwe?
Family tree ishlahla sensangu, yin' engathi usubhemile

Okay angiqale ngawe ngoba ngathi usuyaspeeda usese mncane mufasa kim' awuhlukile noSimba
Ay'khale may'khala lakim' akekho ozongithinta
Kule industry sengi Famous ngiwu Nkulunkulu niyangisumisa

Uxolo ma nobaba ang'soze ngathuka ifamily
Kuleli hlathi ngiwuthazane ngisadlala nambhubesi
Ngiqinisa abafana sebenomqondo wama thekeni
Ama los? komRapper iskinny jean sekunokuvela iphenti
Am Zulu man with the power angisakhulum ngo Nasty C
Iflow kimi itotal komRapper kukhuphuka iBP
Akekho ongang' thinta ningangitseheli ngo Stohie T
IMercedes isentanyeni kodw' ama Garage aEmpty

Hip Hop iphethwe iNkabi usomaTekisi ithini iClock
Nijuthwa iFacebook noTwitter bathi nidumile ko TikTok
Nikhuluma kakhulu ngayhi ninokugqoka iy'kinnyTop
Kukhon' obhadelewa ukushaywa nikhala kamndand' njenjo Slik Talk

Ubani uStogie T uye wenzani savuka sezwa?
Umkhonto kim usesandleni isdudla ngis'shiya siphethe inxeba
Ngidla amaBars ung' dlela umona ingulube inginonele
Isdudla sinokufana nebhola, I woundn't mind ukuk' khahlela

Kunzima ukufica inkabi bafana sekuyakhuphukela
Sikhipha amaHit everyday anofika soncobelela
Bhayiziswa amaComment angabe nje niya
Concentrater ngoba iGame ibuzwa kim engathi KuHipHop ngiyiCommentator

Nithi uZulu akasaRap, kanti nikhukuma amanga
Ngaqala ujuRapper nibancane, nanisathi inyam'inama
Indlala ibanga ulaka kant ulaka lubanga indlala
Sinemali eningi siye Duabi 3.7 ukubona intaba

Ngikhuluma lezindaba ngoba akekho engimsabayo
Angibuze ukhona ogolozayo noma nje ongigolombayo
Ngeke nibkekane nami none nje nizingane ey ‘khasayo
Bathi niFly ngibon' iy'mpiko ngathi nibaningi eniphaphayo
Ngiphendule iRap iRenk ukhona ofuna ukuthini
NgiQasha uCassper noKwesta ntambama ngifuna iChecking
Usomatekisi onemali, vele nginemali eningi
I'm ambitious and hungry ngilamba ngidle amaArtist

Yanzima lendaba, inkabi ibulala amajaha
Akekho ongngithinta ngeke umthinte umuntu umsaba
Kwakhala umadala wathu la kushuni akudlalwa
Ulambile ufuna iBeef eNkanbi asinayo iDeal yendlala

Ushuni wenkabi awuncengi, nginiqonda ngo anginicengi
Maningazwanga ukuthi ngithini anosondela nje anginihlebi
Iblukwe iStallment anlingixegi, inaba yoSkrrSkrr angiyi ngeni

100K performance ningangitsheli ngabo 25k
HipHop will die when you say so, you will die when I say so
Kufa kwakho kuaTrenda ngathi icala lakaSenzo

R.I.P King Pro, Ricky Rick, Makhado
Angidlali when it's cash time ngakuheka uthola ik.O
Mina ngiyiNkaalatha uShuni Wenkabi Inxakanxaka
Basukele ingadlangla iskhondlakhondla inyakanyaka

Wena K.O uyiqhakaqhaka ngakucela iFeature wangishayashaya
Ngakugcina ythatha iz'ngane zeskole wawudume ngeCaracara
Wena Stogie T lana asikho eOver Seas naleslungu sakho esingapheli ungaidaleli isphithiphithi

Omunye ngamcela iFeature wathi ngiyabanda ngindikindiki
Bheka manje ubanda mpo wagcina iHit nge Tsikitsiki
Bafana ngicwela ukuphapha ozongiphendula ngidonsa impama

Ningangitsheli ngesphukuphuku unoya anginaso iskhathi sohlanya
Akaphilile loyo ekhanda angasekela iNkosi yohlanga
Ufuna Beef ngikunika inkomo engakadliwa ngathi eyentombi yomhlanga

Manje ngisese under ground, Inkabi isakhothwa ngamadlozi
Khuza om'rapper amaGold digger ngisengaba gubhlela umgodi
U-AKA noK.O ngagcina nithi niRunner iJozi
Nigijimaphi ngoba asini boni, kwaphela iComrade maraton

Hip Hop ikude ukufa mangisasekhona
Ikude ukuphupha om'Rapper ngibalalisa phansi sweet dream bakude ukuvuka ngi under ground ngikude ukubuya
IFlow imnazi bakude ukuvutha, ngivala
NgamaBars ngeke kuLoot we angiyena uZuma
Sengiqedile nge Old School ngingena Ku New School wena

Watch Big Zulu 150 Bars video
Hottest Lyrics with Videos
c189b2aaaa79776c4ba08cd7f743c65a

check amazon for 150 Bars mp3 download
these lyrics are submitted by GGEN3

Official lyrics by

Rate 150 Bars by Big Zulu (current rating: 7.45)
12345678910
Meaning to "150 Bars" song lyrics
captcha
Characters count : / 50
Latest Posts